zekani umuthi wenzani

uZekani umuthi ungawudidanisi noZeneke imithi emibili eyahlukene lena, uzekane umuthi uyangena kwisikhafulo. uyangena kwizinhlanga zamasoka. uyangena kumuthi wokuthandeka.

umuthi wokuqonywa or wogazi or wokuthandeka

Ake senze umuthi wokuthandeka nogazi sisebenzisa uzekani.

Induku wokuthandeka

Amakhambi okuthandeka, ake sithake amakhambi sikwenze uthandeke kakhulu abantu bonke. umuthi wogazi lona. Umuthi wokuthandwa izintombi or uma uyintokazi umuntu wokuthandwa amadoda lona.
zekani
uzekani pictures
uzekane
Amasethole/ Masethole isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? usetshenziswa emithini yokuvusa induku. usetshenziswa emithini yokususa izinduna. usetshenziswa emithini yezinhlungu zomzimba, izilonda ngaphakathi Kanye nomzimba omubi.
Impindisa isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Iyangena kuvusanduku, iyangena ekuvaleni imikhokha,
Mphumeleli isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? usetshenziswa emithini yenhlanhla. usetshenziswa emithini yesikhundla, yokuphatha. Wenza zonke izinto ozifisayo zifezeke.


Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha